IYINDABA egudwini kumalungu omphakathi waseMzimkhulu, indaba yesidumbu somfundisi okuthiwa sesibhadle emakhazeni izinyanga ...
ISundowns yona izogadulisana ne-Esperance eqede esicongweni kuGroup D. Leli qembu laseTunisia linqobe imidlalo emine esigabeni samaqoqo, ladlala ngokulingana kowodwa, lahlulwa kanye.
UMckenzie ubekhuluma izolo, embizweni kazwelonke yesibhakela, iNational Boxing Convention, ezosongwa namuhla e-ICC, e-East London. Kule mbizo osekuneminyaka ikhalelwa, kuhlangene izikhulu zesibhakela, ...
BAYANDA osaziwayo abaseka intokazi yodumo kwiTikTok, uTamara, emuva kokuba ikhwele yadilika kubantu besifazane abazitshelayo ekubeni “sebengamaqhasha”. Nalabo abamgxeke bamhlikiza ngokuthi athi ...
LUSONGWE ngenothi eliphezulu usuku lokuqala lweDusi Canoe Marathon ngoLwesine, ingqwele yalo mjaho kwabesilisa, u-Andy Birkett, iphuma phambili ihlelwe ezithendeni yinsephe uSbonelo Khwela, olale ...
Lokhu kushiwo umsunguli wenhlangano elwela amalungelo ezingane nabesifazane, uThingo Crisis Centre, uNkk Sbo Ngcobo, ...
– Ukubheka ukuthi usuhambe ibanga elingakanani kobuzibekele kona kuyakusiza ukugxilisa umqondo wakho kokwenzayo. Akhona ...
KUNABANTU abazalwa bedla inyama futhi beyithanda, kodwa ngokuhamba kwesikhathi bazizwa sebengasayithandi, bengazi ukuthi lolo ...
ZISUKUME zaphuma ngaphandle kweNkantolo eNkulu yaseThekwini, ezinye izihlobo zowesifazane, owagwazwa, wabulawa nguyise ...
Leli bhodi lingena nje sekumele lizibambe ziqine njengoba isiqalile imibhikisho kwezinye izikhungo zemfundo, kukhalwa ...
UKUWUHLABA inhlali kwePremier Soccer League (PSL) ngemininingwane egcwele ngokuzokwenzeka ngeRoyal AM kushiya imibuzo ngale ...
UMGADLI weVenda FC, uJudas Moseamedi, akangabazi ukuthi leli qembu elisavika izembe okwamanje, ngokuphela kwesizini lizobe ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results